News

UNasreddine Nabi akafuni ukuthi abalandeli beKaizer Chiefs banake kangako imiphumela yemidlalo yaleli qembu yobungani.
KUFE abasolwa ababili bedutshulwa amaphoyisa kwaMaphumulo. Kubikwa ukuthi amaphoyisa abelandela imininingwane mayelana nezinsolo zetulo lokubulala ilungu le-SAPS, anikela emzini okuthiwa ungaseThusong ...
USADIDEKILE umndeni wowesilisa obesebenza kumasipala waseMsinga, kulandela ukudutshulwa kwakhe, abulawe ngesihluku eFabeni, ...
USULUQALILE uhlelo lokuqoqwa kwemininingwane yemindeni ehlala emijondolo eyakhiwe phezu kwamathuna eCoedmore, eSeaview, ...
USIHLALO weDurban City, uFarook Kadodia, akaboni kuzoba nokungqubuzana phakathi kwabaqeqeshi ababili, uGavin Hunt no-Ernst ...
Natal, uzokwenza lo mcimbi awubiza ngokuthi yi-The Unsual Encounter, uzowenza e-ICC, eThekwini ngo-Agasti 2 no-3, lapho ...
UMGADLI weChippa United, uXolani Sithole, wethembisa ukuthi yena nozakwabo bazibophezele ngokubhukula ngesizini ezayo ka-2025 ...
Isikole saKwaDukuza sihlomule kumkhankaso wakwaSasko othi Siyasizana ...
ININGI labantu okufanele babuyiselwe imali yabo isikhwama esigade umhlaba kaZulu, iNgonyama Trust, abakatholakali ...
KUBATSHAZWA ukungabi nanhlonipho okukhonjiswe unina wengane kaMpumelelo Mseleku,oyindodana kaMusa Mseleku esiqephini ...
Ibhodi leNgonyama Trust lisola owayengusihlalo walo, uMnuz Jerome Ngwenya, ngokunqwaha no-R41 million walesikhwama ...
URulani Mokwena uthambisre ibhentshi laMaZulu FC ngokuliphuca uWendell Robinson asezosebenza naye kwiMC Alger yase-Algeria ...